How I Met Him. Chapter 3

183 8 16
                                    

"Ey mfethu..ngaze ngadakwa..ikhanda linkenketha umphela." He said,grabbing a glass of water.

"Ngak'tshela ukuthi yeka uk'dakwa nawe." Fikile said,coming from the bedroom.

"Dade" Mfundo greets and gives fikile a side hug.

"Unjani kodwa bhut'omdala?" Fikile asked.

"Ngyaphila sisi,sidlala umsebenzi nje." He said.

Fikile Buthelezi is Sbusiso's long term girlfriend,the 29 year old has found a job,weeks ago as a assistant teacher at the public school. That lightskinned and respectful Fikile.

"Akusetshenzwe ngempela. Kade ngimtshela ukuthi akayeke utshwala." Fikile said,she takes out juice and pours it for Mfundo.

"Ngyabonga,Ng'dabuki kwakona." Mfundo said and laughs.

"Ungake ulinge. Baby uPetrol ukhona emotweni?" Fikile asked.

"Ngyacabanga. Eish.." He said,banging his head.

"Lalela cela ufike noFikile ksasa after church sithi ukuba neSunday lunch ekhaya." Mfundo said.

"Kwakho?" Sbu asked.

"Cha ekhaya. Iskhathi manje bazi abazali ngoMandisa." He said.

"Aybo userious yini ngale ngane?" Sbu raised his head and asked.

"Ya..kmele aye kosiza uMah eKZN,ngoba phela uLwandle uprincess kakhulu." Mfundo said.

"Ubaba nje omenza abe nje. Futhi ke vele kmele ngoba uLwandle ingane kaBaba." Sbu said.

"Ya so..uthini bhoza?" He asked.

"Ang'mazi ukuthi zithini inhlelo zakhe. Baby! " Sbu screams.

Fikile came with washing to wash at the washing machine.

"Mmmm?" Fikile said

"Eh..ksasa ukuphi?khona la ozoyakhona noma..(he yawns)." Sbu asked.

"Ungang'tsheli ukuthi ukhohliwe." She said.

"Ngani manje?" Sbu asked.

"weSbusiso?ksasa usuku lwani?" Fikile asked.

"Hawu,isonto phela ksasa..ohhhhhhhhhhhhhhhh ibirthday yakho. Okay ay ke sengyabona." He said

Mfundo laughs at him but remains calm because Fikile was a little angry.

"Nc..manje khona la ubuzoya khona?" She asked.

"Ya uMfundo us'memile, useyoshada phela uMfundo." He said.

"Aybo! Zwide kaLanga! Usebenzile nje. Congraaaa bafo congraaa." Fikile said shaking his hand.

"S'bonge. Nizoba khona kodwa phela it's just for a few hours then..." Mfundo said.

"Ey ngeke nkab'yami,ngsafuna ngike ng'khiphe imama ksasa njengoba lizalwa." He said.

"Not a problem,sesiyoba neBraai ke kwami kodwa phela ngzokhuluma naye uMaDwala." Mfundo said.

"Izwa nje..mina angibuzwa lutho. Ubona ngomuntu asenyamalele abuye ngak'sasa edakwe engazazi nokuthi ufike kanjani la." Fikile said and left them.

Sbusiso made breakfast for himself and Mfundo,the two sat and ate. Mandisa sends a message to Mfundo telling him that she'll be at home with Lethu and when he comes back,he should pick her up.

The uber obviously drops her there,Lethu was watching tv and had to open the gate for Mandisa.

"Wakhiya manje?why?" Mandisa asked.

"Phela ng'lele mina sisi..so nje angeke ung'fice ngihlezi especially njengoba ngingedwa." Lethu said locking the gate.

They both got inside,made something to eat(obviously).

How I Met HimWhere stories live. Discover now