Chapter 8. How I Met Him

55 2 2
                                    

It was 21:10pm,Mandisa and Lethu were chowing snacks.

"Guess ukuthi kufike bani today emsebenzini?" Lethu gave her the "you know who it was" look.

"uGuy kodwa?" Mandisa asked.

"Duh" Lethu rolled her eyes.

"Ubani?ulomfana wase EC?the hero?" Mandisa asked.

"Nope" she said.

"Don't tell me it's who i think it is." Mandisa smiled and clapped her hands.

"Ngyak'tshela ke." Lethu said.

"Aybooo ubezofunani lana?nokuthi wazi kanjani ukuthi uhlalaphi?" Mandisa asked.

"Ngyak'bona lokho mzala,emsebenzini?wazi kanjani?ubani lo omtshela izindaba?" She asked herself.

"Isbindi sakhe. What happened after efikile?did he shower you with flowers or gifts?" Mandisa asked.

"Kuphi kona?ngoba (chuckles)Yey! Ipresent bekwiBaby mama yakhe." lethu said.

Mandisa went silent for a whole good 2 minutes,trying to get a clear picture.

"Uma uthi "baby mama" unengane?" Mandisa asked.

"Bek'mele ngithi baby children ngoba unezingane!" Lethu continues to explain,clapping hands and still in denial.

"Unez'ngane?kanjani mzala ngoba phela uZukile uberight?" Mandisa asked.

"Abafana ke labo mzala,umfana mfa."Lethu rolls her eyes.

"Manje after ek'lethela uGirl,wena wenzeni?" Mandisa asked.

"Phela ufunile uk'chaze kwasho ukuthi nami I'm still angry..." Lethu said.

"Injani yona intombazane?" Mandisa asked.

"Mxm,impetshisi!" Lethu said,angrily.

"Weeee mzala" Mandisa laughed.

"Wake way'bonaphi yenziwa nje lento ayenzayo?and to even say he had problems. Problems awani engasebenzi?yhoooo beng'bona nje ukuthi ngzohlanya" lethu had always been expressing her emotions.

"I don't condone violence but ubesekujwayela kambi including impentshisi!" Mandisa added on to Lethu's angry,loud voice.

"Bengizom'shaya kanjani emithi?she's pregnant nanokuthi i was at work." lethu said.

"Baby number 3 shuthi" Mandisa stated

"Yebo." Lethu said.

"Um'thukile wamusho atleast?" Mandisa asked.

"Lalela ngimtshele ukuthi akahambe ayomela imali yeqolo,ayeke nokulwela amadoda angasebenzi" Lethu ate the rest of the snacks.

"hawu mzala the last part kodwa?" Mandisa asked with a giggle sound.

"Ngoba ngyahlonipha mzala,i didn't say the last part but ngimtshelile kanye nalol'bovu ahamba nalo" lethu said.

"Abafana the boys. Lalela uMfundo has a very nice good looking friend,just that ang'sakhumbuli kahle. I'm gonna hook you two up,ngoba niyafanelana" Mandisa smiled.

"Ay ay ay mzala,indaba zomajola nje angiz'funi at this moment. I'm facing alot of things so...umfana ozobanga uk'shisa angimfuni." Lethu said.

"But mzala ukahle lomuntu. Such a gentleman and a good person ngok'buka kwami" Mandisa said.

"Ngokumbona nje useyi "GOOD PERSON"?mzala no" Lethu said.

"Okahle hawu" she smirked

"What if uyabulala lomuntu?" Lethu asked.

How I Met HimWhere stories live. Discover now